Nkosi izono zam' ziningi
Futhi ziyangethusa
Ngibona izulu kude nami
Siza Nkosi sengiyawa
O thel' umoya wakho Nkosi
Yenz' inhliziyo yam' ikuzwe
Yenz' ingqondo yami 'kwamukele
Nalomzimba wenz' intando yakho
Siyabonga Baba (Amen)
Siyabonga Somandla (Amen)
Siyabonga Baba (Amen)
Siyabonga Somandla (Amen)
Siyabonga, Siyabonga (Amen)
Siyabonga, Siyabonga (Amen)
Siyabonga, Siyabonga (Amen)
Amen!