(Wewe yeye yeye wewe yeye yeyeyee)
Webaba uzung'cine nami uzube isbani sami njengoba ngfun'ukvusa ikhaya lami iba nami somandla
Webaba uzung'cine nami uzube isbani sami njengoba ngfun'ukvusa ikhaya lami iba nami somandla
Elami likhon'elami (eyiii elami) elami likhon'elami (eyiii elami) elami likhon'elami woza nawe lokhona
Elami likhon'elami (eyiii elami) elami likhon'elami (eyiii kodwa elami igama) elami likhon'elami woza nawe lokhona
Sengihambe amaviki neminyaka umdali ubengihlenga ngibuthaka
Aw ngithi kwahlehla amadoda kwaphel'izingozi umhlaba uyajika k'zokhothama idlozi
Awusize uguqe ubikele umdali
Uyinsizwa kini awuyekele I pride
Lensimbi I hit isike Mbulwane izokunyakazisa ikusasa ne'ksasa izokuqhakazisa
Sguqa ngedolo sihlalele ethembeni senza lezono s'jezela esonweni impilo yesgwili uzoyigcina ephushweni
Webaba anongibika ethongweni lejoko liyasinda ehlombeni akusa balanc'ile enqondweni
Ikusasa ne'ksasa ngicabanga I spillion ngenza lemali ngifuna ama million
Webaba uzung'cine nami(eyiii elami) uzube isbani sami (eyiii elami) njengoba ngfun'ukvusa ikhaya lami iba nami somandla
Webaba uzung'cine nami (eyiii elami) uzube isbani sami (eyiii kodua elami igama) njengoba ngfun'ukvusa ikhaya lami iba nami somandla
Kodwa ng'nethemba"elami likhon'elami (kodwa ng'nethemba)elami likhon'elami(elami igama) elami likhon'elami woza nawe lokhona"
Kepha ng'nethemba"elami likhon'elami (kepha ng'nethemba)elami likhon'elami(elami igama) elami likhon'elami woza nawe lokhona"
Hhayi!
Eyy, Mina I'm sure elami igama libhaliwe, lapho encwadini kubhalwe abancwele bodwa
Guqa uthandaze ngane yakwethu nawe, lizobhalwe elakho, nawee
Mina I'm sure elami igama libhaliwe, lapho encwadini kubhalwe abancwele bodwa
Guqa uthandaze ngane yakwethu, nawe lizobhalwe elakho, nawee