Kazi ubani owadal'igobondela int'ebheda kangaka
Yimi lon'esenginje

Sengifund' amapheph'amadala manje
Ngihlal'endlini
Akusavumi noma ngenzeni
Awu yimi lona esenginje nje nje nje nje njena
Yimi lona esenginje
Yimi lona esenginje nje nje nje nje njena
Yimi lona esenginje
Kazi ubani owadal'igobondela
Int'ebheda kangaka
Yimi lon'esenginje
Wangishaya mkami ngalenduku
Wangishaya mkami ngalenduku
Uyithathephi lenduku engashaya mina amadevu agobel'emlonyeni

Angazi ubani owadal'igobondela
Int'ebheda kangaka
Yimi lon'esenginje
Kazi ubani owadal'igobondela
Int'ebheda kangaka
Yimi lon'esenginje
Kazi ubani owadal'igobondela
Int'ebheda kangaka
Yimi lon'esenginje
Sengifund'amapheph'amadala manje
Ngihlal'endlini
Akusavumi noma ngenzeni
Sengifund'amapheph'amadala manje
Ngihlal'endlini
Akusavumi noma ngenzeni
Awu yimi lona esenginje nje nje nje nje njena
Yimi lona esenginje
Yimi lona esenginje nje nje nje nje njena
Yimi lona esenginje
Kazi ubani owadal'igobondela
Int'ebheda kangaka
Yimi lon'esenginje
Kuyoba kuhle uma ungidlisela ukuthi uyangithanda
Dali ungadlali ngami
Kuyoba kuhle uma ungidlisela ukuthi uyangithanda
Dali ungadlali ngami
Kuyoba kuhle uma ungidlisela ukuthi uyangithanda
Dali ungadlali ngami
Kuyoba kuhle uma ungidlisela ukuthi uyangithanda
Dali ungadlali ngami
Wangishaya mkami ngalenduku
Wangishaya mkami ngalenduku
Uyithathephi lenduku engashaya mina amadevu agobel'emlonyeni
Wo ngisol'ukuthi lenduku wayithatha kunyoko
(Uyithathephi lenduku engashaya mina amadevu agobel'emlonyeni)
Sengiphenduk'amayoywana njengomkhwe wami
(Wangishaya mkami ngalenduku) Ngiyayivuma

Wangishaya mkami ngalenduku (Ngiyayivuma)
Wangishaya mkami ngalenduku (Ngiyayivuma)
Uyithathephi lenduku engashaya mina amadevu agobel'emlonyeni
Sengiphenduk'amayoywana njengomkhwe wami
(Uyithathephi lenduku engashaya mina amadevu agobel'emlonyeni)
Sengiphenduk'amayoywana njengomkhwe wami
(Wangishaya mkami ngalenduku) Impela mkami ngiyayivuma
Wangishaya mkami ngalenduku