Nhliziyo yam' ifuna uthando lwakho
Ubomi bami abulutho ngaphandle kwakho
Uyithemba lami ngizokunika uqobo lwami
Mina ngeke ngikhone ngifuna ukuhlala ngseduze kwakho
(We sthandwa sami)
Ngeke ngkwazi Ukuphila ngaphandle kwakho
(Mina angeke)
Ngeke ngikwazi ukuphila ngaphandle kwakho
(Asoze)
Ngeke ngikwazi ukuphila ngaphandle kwakho
(Angeke)
Ngeke ngikwazi ukuphila ngaphandle kwakhe
( Aw Muntu wami)
Munt' wami ngfuna wena kuphela
Uthando olukim olwakho wedwa kuphela
Ungiqinis' umubona sengihluleka
Kulaba abanye ngibona wena wedwa
Sthandwa sami ngizofika kini ngzobala amatshe
Ngifisa ukwazi umkhwekazi wami ngeke angoxoshe ngamatshe
Noma angithele ngamanzi
Ath mina ngyamphoxa
Bayeke(bayeke) sthandwa sami
Ngicel' ungibambe ngesandla uhambele eduze nami siyokipita
Inkom' anginazo zelobolo
Kodwa ngeke ngimshiye owami lo
Ngicel ungibambe ngesandla
Uhambele eduze nami syokipa
Ngeke ngkwazi Ukuphila ngaphandle kwakho
Ngeke ngikwazi ukuphila ngaphandle kwakho
Ngeke ngikwazi ukuphila ngaphandle kwakho
Ngeke ngikwazi ukuphila ngaphandle kwakhe
Sthandwa sami singabanaki onondaba
Ngoba siyazi bakhulum izindaba
Futh bona abazaz' izivumelwano zethu mina nawe dali wee
Mina futh kulamalanga sthandwa sami
Nginokuphupha ngise Tanzania dali wami
Bengicela dali sibalandele udokotela nay' Thabo Bester
Vele ekhaya kini abangfun baby asivele sihambe sinyamalale
Ngith asihambe sijubalale njeng' amajuba Mina nawe baby