Back to Top

Bhekumuzi Luthuli - Sonile Lyrics

Bhekumuzi Luthuli - Sonile Lyrics
Official

Mhlawumbi uNkulunkulu usewufulathele lomhlaba
Ngenxa yezint'ezimbi ezenzeka kuwo

Abantu bathand'imali ukwendlul'uNkulunkulu
Isiphambano ngathi yimali eyakh'izulu nomhlaba

Imali iyosala la emhlabeni kanye namathemba akho
Lungisel'umphefumlo wakho eZulwini

Kholisel'umphefumlo wakho eZulwini

Ngiyasol'ukuthi (Sonile, sonile)
Ngiyasol'ukuthi (Ngokuthand'imali ukwendlul'uNkulunkulu)

Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba)
Kodw'imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane)

Hey imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane)

[ Correct these Lyrics ]

[ Correct these Lyrics ]

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.

Zulu

Writer: BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI
Copyright: Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC

Bhekumuzi Luthuli - Sonile Video
(Show video at the top of the page)

Performed By: Bhekumuzi Luthuli
Language: Zulu
Length: 3:40
Written by: BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI
[Correct Info]
Tags:
No tags yet