Ekhaya kulena kuleziyantaba kuleziyantaba ma.
Ekhaya kulena kuleziyantaba kuleziyantaba ma.
Ntombi z'yaphithizela.
Zishanel' amagceke.
Umama uyakikizela.
Injabul' igcwel' ekhaya.
Ekhaya kulena kuleziyantaba kuleziyantaba ma.
Ekhaya kulena kuleziyantaba kuleziyantaba ma.
Ntombi z'yaphithizela.
Zishanel' amagceke.
Umama uyakikizela.
Injabul' igcwel' ekhaya.
Sekuphakam' ilanga nemfuyo isiphumile igcwel' emaqelen' insizwa ziyokhala.
Bang'biza umnqolo kagombel' etsheni.
Masidibana impela seziyokhombana.
Ziyogejana k'phuke nemshiza ng'donse idwanqu k'shunq' uthuli kuyophamban' imhlathi.
S'gidagida sidedelane.
Hlab' usuk' udedel' amagagu.
Maw'goloza ngigoso ngines'bhaxu.
Intombi lana y'phumile.
Namaqhikiza akhona la avimbile.
Nsizwa zakithi isisukile.
Hawu lena ngakithi.
Seng'khumbule ngakithi.
Hawu lena ngakithi.
Seng'khumbule ngakithi.
Bathi nguPhathaphatha ngumaswidi.
Kukude le ngakithi.
Hawu lena ngakithi.
Seng'khumbule ngakithi.
Hawu lena ngakithi.
Seng'khumbule ngakithi.
Bathi nguPhathaphatha ngumaswidi.
Kukude le ngakithi.
Ekhaya kulena kuleziyantaba kuleziyantaba ma.
Ekhaya kulena kuleziyantaba kuleziyantaba ma.
Ntombi z'yaphithizela.
Zishanel' amagceke.
Umama uyakikizela.
Injabul' igcwel' ekhaya.
Ekhaya kulena kuleziyantaba kuleziyantaba ma.
Ekhaya kulena kuleziyantaba kuleziyantaba ma.
Ntombi z'yaphithizela.
Zishanel' amagceke.
Umama uyakikizela.
Injabul' igcwel' ekhaya.
Ileyonjabulo eyenza ngithokoz' uma ngibuyela ekhaya.
Maseng'hamba amasolokohlo umama uyathetha ekhaya.
Ubaba uyabuza umuzi wami ukuthi ushiye nobani.
Wobuya, ubobuya wendoda.
Ngiyakhumbula le y'ntabeni kwamfazi omabele made.
Lapho khona umuzi ubizwa ngegama.
Owakithi bathi uphumuz' umlomo.
Masubhedile kodwa kusho istrobho, oNgonyama.
Ingoma sivuma kuze kuse ekuseni.
Impela ziyochithana eweni, aw'buye nganeno.
Wo nganeno.
Uboqaphela izenzo.
Buya nganeno.
Sayibamba sayidudula, siy'bambisashisa emakhaya soyakhumbula.
S'khumbule le ngakithi.