Ukhon'uMoy'Ongcwele Uzosenzela konk'esikudingayo.
Ukhon'uMoy'Ongcwele, Uzosenzela konk'esikudingayo.
Uyaduduz'uMoy'Ongcwele, Uyanakekel'uMoy'Ongcwele,
Uzosenzela konk'esikudingayo.

We Moya yiza
Usivuselele.
We Moya yiza
Usivuselele.
Yenz'intando yaKho
Ubuse kimi,
Yenz'intando yaKho
Ubuse kithi,
Yenz'intando yaKho
Ubuse kimi.

We Moya, yiza
Usivuselele.
We Moya, yiza
Usivuselele.