Mina angeke ngiyek'ukuqalaza
Mina angeke
Mina angeke ngiyek'ukuqalaza
Mina angeke
Mina ngeke ngiyek'ukuqalaza
Mina angeke
Izolo kad'ulel'amalunde
Kodwa min'uthi angiyek'ukuqalaza
Izolo kad'ulel'ama-out
Kodwa min'uthi angiyek'ukuqalaza
Awusalali la ekhaya
Kodwa min'uthi angiyek'ukuqalaza
Izolo kad'ulel'amalunde
Kodwa min'uthi angiyek'ukuqalaza
Izolo kad'ulel'ama-out
Kodwa min'uthi angiyek'ukuqalaza
Awusalali la ekhaya
Kodwa min'uthi angiyek'ukuqalaza
Uyangihlupha wena
Uyawon'umoya wam
Sebebaningi abangithandayo la ngaphandle
Ngeke ngiyimel'indaba yakho
Sebebaningi abangithandayo la ngaphandle
Ngeke ngiyimel'indaba yakho
Sebebaningi abangithandayo la ngaphandle
Ngeke ngiyimel'indaba yakho
Uyangihlupha wena
Uyawon'umoya wam
Mina angeke ngiyek'ukuqalaza
Mina angeke
Mina angeke ngiyek'ukuqalaza
Mina angeke