Oluthando makunje
Ndalu gqibela k'dala
Oluthando makunje
Ndalu gqibela k'dala
Xa ndi nawe ndonwabile
Keo ratile ontso le jwalo
Sthandwa sami
Nsuku zonke ngi khetha wena
Umungekho eduze kwami
Inhliziyo iswela wena
Ziningi izintombi kodwa Akekho o fana nawe
Ngiyaku thembisa ukuthi Mina ngizo ku phatha kahle
Izwi lakho, Iphimbo lakho
Impatho yakho, Uthando lwakho
Oluthando makunje. Ndalu gqibela k'dala
Oluthando makunje. Ndalu gqibela k'dala
Xa ndi nawe ndonwabile, keo ratile ontso le jwalo.
Wena ungithatha Ungibheke, emaweni
Ngingenza konke
Emhlabeni
Ngingenza isiqiniseko Sokuthi awudingi lutho
(Sthandwa sami)
Kuyisibusiso kimi
Ukuthi izifiso zami
Zihamba nezinhlelo zeNkosi
Kwa wena uyisibusiso kimi
Kwa wena.
Oluthando makunje
Ndalu gqibela k'dala
Oluthando makunje
Ndalu gqibela k'dala
Xa ndi nawe ndonwabile
Keo ratile ontso le jwalo