Uphaphe lwendlondlo Kwinsizwa
Ezilishaye Indiva Ingaphandle lomjita
Zibone isiqu somjita
Zidodise umjita Kau
Makwande oh Makwande
Makwande Makwande wenzele Nabanye
Makwande Makwande
Sosha lami
Makwande Makwande
Makwande
Khona sibonga nje iMpilo
Nayo ingcosana yabahlobo Eyaqonda isimo
That is this hardened Exterior akusona isici
Ukugoqana okwaba khona Mhla kubhoka izinkinga
You are lauded head and Shoulders above the rest
Abagcogcoma emakhanda Enu off with their heads
Bafowethu Nina Ningiphilele bengishaya Ngomzimba nina ninginike
Indlebe gazi lami ngininika Uphaphe lwendlondlo Nizinsizwa
Ezilishaye Indiva Ingaphandle lomjita
Zibone isiqu somjita
Zidodise umjita Kau
Makwande lapho enithatha
Khona Makwande
Makwande lapho enithatha Khona
Makwande Makwande
Sosha lami
Makwande Makwande
Makwande