Tv Mabonakood
Kudala leliphupho
Ngiliphupha
Kunina ngiwa ngivuka?
Kudala ngiphusha
Bebhizi bengicindezela ngaze ngazela nasemoyeni ngaphuka
Nasemculweni ngaphuma
It round two manje sengiphinde ngabuya
Buka mina sengiwe ngavuka
Thula buka masango ngiwavula
Aw nkosi thuma mina ngiyathumeka
Ngiyathembisa angisoze ngathumeka
Phela umdali uvumile nami unqabile
Esami iskhath sifikile
Isiphiwo sami usivulile
Ngizolokhu ngiculile
Kuzogcina kulungile
Ngeke angishiye
Ngizogcina ngidumile
Ngiyafisa ukwazi kuzolunga nini?
Eyami impilo izolunga nini?
Aw kodwa Mdali kanti yini?
Ezami izitha zizojabha nin?
Ngiyafisa ukwazi kuzolunga nin?
Eyami impilo izolunga nin?
Nami ngiphile inice life,Waya way ubig dladla,nami ngiphathe ivruu phah,nami ngibone ngiphethe umuhlaba?
Mdali yini inhloso yakho?
Impela iyini ngalelikhono lami?
Kanti yini inhloso yakho ngibona seliphenduka isono sami?
Ngoba kusukela izolo
Bengibhula amazolo
Bephuza ugologo mina ngiguqe ngedolo
Bebhizi nomjolo
Benza imihlolo
Mdali ngibonga ikhono lami leli ongipha lona
Ngibonga nempilo yam osangihlelele yona
Yinde lendlela osangibekele yona
Ngicela uyihambe nami ngize ngifike khona
Phela umdali uvumile nami unqabile
Esami iskhath sifikile
Isiphiwo sami usivulile
Ngizolokhu ngiculile
Kuzogcina kulungile
Ngeke angishiye
Ngizogcina ngidumile
Ngiyafisa ukwazi kuzolunga nini?
Eyami impilo izolunga nini?
Aw kodwa Mdali kanti yini?
Ezami izitha zizojabha nin?
Ngiyafisa ukwazi kuzolunga nin?
Eyami impilo izolunga nin?
Nami ngiphile inice life,Waya way ubig dladla,nami ngiphathe ivruu phah,nami ngibone ngiphethe umuhlaba?