[ Featuring Mfiliseni Magubane ]
Ake ning'bhekeni ke mina we zinsizwa
Ake ning'bhekeni ke mina we matshitshi
Ake ning'bhekeni ke mina we zinsizwa
Ake ning'bhekeni ke mina we matshitshi
Mina ngimuhle ngiyimbali kababa
Mina ngimuhle ngifana ne mbali iqhakaza
Mina ngimuhle ngiyimbali kababa
Mina ngimuhle ngifana ne mbali iqhakaza
Nomagugu weh ngiyakuthanda ndoni yamanzi
Ngiyakuthanda Nomagugu wami
Ngiyakuthanda ndoni yamanzi
Ngiyakuthanda Nomagugu wami
Ngiyakuthanda ndoni yamanzi
Ubuhle bakho nomaGugu
Bungisha inhliziyo yami
Ubuhle bakho Nomagugu wami
Bungishay'inhliziyo yami
Ubuhle bakho Nomagugu wami
Bungishay'inhliziyo yami
Amazinyo aluthotho
Amahlophe njengeqhwa
Amazinyo aluthotho
Lamaziny'anjengeqhwa
Ubuhle bakho Nomagugu wami
Bungishay'inhliziyo yami