Mmmh
Mmmh mmhhh
Awu ngithi othandweni kunezinkinga zakhona
Othandweni kunezinqinamba zakhona
Ngithi othandweni kunezinkinga zakhona
Othandweni kunezinqinamba zakhona
Vuka sikhulume darli
Vuka sikhulume sithandwa sami
Ungithanda kakhulu kodwa mina angifuni kakhulu
Kanti wena ufuna kanjani
Ungithanda kakhulu kodwa mina angfuni kakhulu
Kanti wena ufuna kanjani hhee
Ufuna ukuthi ngenze kanjani
Cha wena wenza kakhulu kodwa mina ngifuna kancane nje
Kanti ufuna ukuthi ngenze kanjani hhee
Lesigixagixa sothando olungaka sengizosenzani
Lesigixagixa sothando olungaka sengizosenzani
Nalemfumba mfumba yezimbali eyingaka sengizoyigcinaphi
Don't kiss me too much
You're abusing our kiss
Uqabulana njalo wena
You're abusing our kiss
Darli don't kiss me too much
You're abusing our kiss
Oh yes
Weshephisi ejezini uyanamathelana
Khona kunjalo uma uthando seluphelile
Usubona abancono darli
Wangisukela ngizihlalele wangibiza ngendoni yamanzi
Namhlanje uthi umlomo wami unuka isitamukoko
Lama 2k asekuvezela amathanga amhlophe qwa
Awu wee weBaba kaNtando
Vuka Sikhulume dali
Ngitshele ngikuthande kanjani nah
Vuka Sikhulume dali wami
Ngitshele ngikuthande kanjani nah
Vuka Sikhulume dali wami
Ngitshele ngikuthande kanjani nah
Vuka Sikhulume dali wami
Ngitshele ngikuthande kanjani nah
Ngisabathe uyangilandela
Uqabula njalo mfazi
Ngisabathe uyangilandela
Uqabula njalo wena
Ngisabathe uyangilandela
Uqabula njalo mfazi
Uyishephisi ejezini
Unamathela kakhulu wena
Weshephisi ejezini
Uyanamathelana