I don wanna go around
Ngihambe ngijabulisa abantu abangang'thandi
Mina ngifel' izinjazam
Lezi ezingifatela noma ngingenamali
I don wanna go around
(Go around)
Ngihambe ngijabulisa abantu abangang'thandi
Mina ngifel' izinjazam
(Zinjazami)
Lezi ezingifatela noma ngingenamali
Sofika kob' engathi
Asikaze sishizile
Komangala abathakathi
Yonk' imithi yabo iyobe isiphuphile
Nonke enisagcwele ngami correct
Bamb' ithambo lami siphinde siqhubeke
Siyakhona emuva asisabuyeli
Noma sinokuhamba siphinde sikhubeke
Siyababuka bezenza ngathi
Kanti abazi sojenene bakhona
Thando lunye
Zinjazami
Bayokhuluma bayoze bayofa
I don wanna go around
(Go around)
Ngihambe ngijabulisa abantu abangang'thandi
Mina ngifel' izinjazam
(Zinjazami)
Lezi ezingifatela noma ngingenamali
I don wanna go around
Ngihambe ngijabulisa abantu abangang'thandi
Mina ngifel' izinjazam
(Zinjazami)
Lezi ezingifatela noma ngingenamali
Lezi ezingifatela noma ngingenamali
Noma sekumnyama zifike nesbani
Noma umhlaba ung'gila zithi ungakhali
Menginqena ukufesa zing'vusa ngenkani
Zithi look around thina sikhona
I was lost and found by my soldiers
I don't feel alone mebekhona
Ngihlale ngigcwele ngawo lamasosha
Kona kunzima uk'thola umngani wangempela
Kodwa mina ngamthola
Kunzima uk'thola umngani wangempela
Kodwa sengabathola
I don wanna go around
(Go around)
Ngihambe ngijabulisa abantu abangang'thandi
Mina ngifel' izinjazam
(Zinjazami)
Lezi ezingifatela noma ngingenamali
I don wanna go around
(Go around)
Ngihambe ngijabulisa abantu abangang'thandi
Mina ngifel' izinjazam
(Zinjazami)
Lezi ezingifatela noma ngingenamali