Ngiyazifela ngawe
Ungiqhaqha amandla, ungiqeda inkani
Uqhekeza amadwala
Ufike ngamawala
Ufike ngingakulindelanga
Inhliziyo ikude nothando
Fike wena kwashintshi simo
Abangani bangíbuz' ukuthi yim' lo
Gave me something that I didn't know
Didn't know
Vele wafika ngamawala
Ngakuthanda ngiqala
Wang'shiya ngivutha njengomlilo
Namalangabe
Noma bezama
Angeke balunge
Noma kwehlela
Noma kwenyuka
Amehlo ami
Abheke kuwe
Bheke kuwe
Noma ngihamba ngiyobuya
Indlela zami
Zonke ziyo
Phelela kuwe
Phelela kuwe
Noma ilanga nezinkanyezi zingawa
Kodwa uthando lwam' angeke lushabalale enhlizweni
UnguThandiwe, Thandiwe, Thandiwe
Nomizintaba zingawelela olwandle
Kodwa angeke ngiphile ngaphandle kwakho
UnguThandiwe, Thandiwe, Thandiwe
Fike wena kwashintshi simo (Thandiwe)
Gave something that I didn't know (Thandiwe)
Vele wafika ngamawala
Ngakuthanda ngiqala
Wang'shiya ngivutha njengomlilo
Thandiwe
Noma bezama
Angeke balunge
Noma kwehlela
Noma kwenyuka
Amehlo ami
Abheke kuwe
Bheke kuwe
Noma ngihamba ngiyobuya
Indlela zami
Zonke ziyo
Phelela kuwe
Noma ilanga nezinkanyezi zingawa
Kodwa uthando lwam' angeke lushabalale enhlizweni
UnguThandiwe, Thandiwe, Thandiwe