Back to Top

Smoosh - Ngyasebenza Lyrics

Smoosh - Ngyasebenza Lyrics
Official

Abangizondayo, angibenzanga lutho
Abangizondayo, mina angizange ngibathinte
Yazi inkinga ngiyasebenza
Yazi inkinga mina angilali
Abasizondayo, asibenzanga lutho
Abasizondayo, thina asizange sibathinte
Yazi inkinga siyasebenza
Yazi inkinga thina asilali
Angibangizondayo, mina angisenandaba
Ngihleli ngiseStudio, lapho kukhandwa lenamba
Noma ungenzani lento sayiqala kudala
Namajita ami manje siyabamangaza
Ngiyazi umdali uzongivekela lamaxoki angiwesabi
Bahleka nami, mangingekho bona bahleba ngami
Kanti nifuna ngize ngithini ukuze nibone ngifana nani
Nokuthi impumelelo yabantu ayisoze yona ifane
Lokhu uyangizonda, ngabe siyayiqeda lenkinga
Nakho ukuzehlisa, awuvele ucele ngikusize
Pride iyona yodwa exabanisayo

Besithi mesizama, bethi siyafosa
Besibekamabala lokhuya nalokhuya, bethi siyazithola
Life is great, but sometimes you need to play it low
Fake it till you make it, that's the only road
God bless my hustle that's my only goal
Ngimnyama njengawe wena ungibangisani
Ngimnyama njengawe wena ungizondelani
Awungitshele wena ungizondelani
Ow woh woh woh
Bonke laba ababethi ngeke ngibe lutho, bafana nenja elele ekhonkotha necala

[ Correct these Lyrics ]

[ Correct these Lyrics ]

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.

English

Abangizondayo, angibenzanga lutho
Abangizondayo, mina angizange ngibathinte
Yazi inkinga ngiyasebenza
Yazi inkinga mina angilali
Abasizondayo, asibenzanga lutho
Abasizondayo, thina asizange sibathinte
Yazi inkinga siyasebenza
Yazi inkinga thina asilali
Angibangizondayo, mina angisenandaba
Ngihleli ngiseStudio, lapho kukhandwa lenamba
Noma ungenzani lento sayiqala kudala
Namajita ami manje siyabamangaza
Ngiyazi umdali uzongivekela lamaxoki angiwesabi
Bahleka nami, mangingekho bona bahleba ngami
Kanti nifuna ngize ngithini ukuze nibone ngifana nani
Nokuthi impumelelo yabantu ayisoze yona ifane
Lokhu uyangizonda, ngabe siyayiqeda lenkinga
Nakho ukuzehlisa, awuvele ucele ngikusize
Pride iyona yodwa exabanisayo
Abangizondayo, angibenzanga lutho
Abangizondayo, mina angizange ngibathinte
Yazi inkinga ngiyasebenza
Yazi inkinga mina angilali
Abasizondayo, asibenzanga lutho
Abasizondayo, thina asizange sibathinte
Yazi inkinga siyasebenza
Yazi inkinga thina asilali
Besithi mesizama, bethi siyafosa
Besibekamabala lokhuya nalokhuya, bethi siyazithola
Life is great, but sometimes you need to play it low
Fake it till you make it, that's the only road
God bless my hustle that's my only goal
Ngimnyama njengawe wena ungibangisani
Ngimnyama njengawe wena ungizondelani
Awungitshele wena ungizondelani
Ow woh woh woh
Bonke laba ababethi ngeke ngibe lutho, bafana nenja elele ekhonkotha necala
Abangizondayo, angibenzanga lutho
Abangizondayo, mina angizange ngibathinte
Yazi inkinga ngiyasebenza
Yazi inkinga mina angilali
Abasizondayo, asibenzanga lutho
Abasizondayo, thina asizange sibathinte
Yazi inkinga siyasebenza
Yazi inkinga thina asilali
[ Correct these Lyrics ]
Writer: Nduduzo Mfekayi, Syabonga Mtshali
Copyright: Lyrics © O/B/O DistroKid

Back to: Smoosh

Smoosh - Ngyasebenza Video
(Show video at the top of the page)

Performed By: Smoosh
Language: English
Length: 3:38
Written by: Nduduzo Mfekayi, Syabonga Mtshali
[Correct Info]
Tags:
No tags yet