Ngineme
Ngaphenduka umama
Kwaphel'ukuba ingane
Manje nginosana
Isizwe siyavuka
Ngineme
Ngaphenduka umama
Kwaphel'ukuba ingane
Manje nginosana
Isizwe siyavuka
INkos'ingithumele ingelosi
Ingithumel'indoni yamanzi
Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya ubethwele yimi
Ngemihla ngihlale ngibal'izibusiso
Ngibonge umama nangosizo
Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya uyinyenyezi
Ebumnyameni
Ngaphenduka umama
Kwaphel'ukuba ingane
Manje nginosana
Isizwe siyavuka
Ngineme
Ngaphenduka umama
Kwaphel'ukuba ingane
Manje nginosana
Isizwe siyavuka
Nananaaa
Na nana nanaaa
Na nana nananaaa
Tadada dada
Tadada dadada
INkos'ingithumele ingelosi
Ingithumel'indoni yamanzi
Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya ubethwele yimi
Ngemihla ngihlale ngibal'izibusiso
Ngibonge umama nangosizo
Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya uyinyenyezi
INkos'ingithumele ingelosi
Ingithumel'indoni yamanzi
Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya uyinyenyezi
Ngemihla ngihlale ngibal'izibusiso
Ngibonge umama nangosizo
Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya ubethwele yimi
Yebo ngibong'iNkosi (Taalaa taalaa taalaa taalaa)
Mina ngingumama (Taalaa taalaa taalaa)
Yebo ngibong'iNkosi (Taalaa taalaa taalaa taalaa)
Ngesibusiso (Taalaa taalaa taalaa taalaa)
Ngibonge nothando
Ongibonisa lona njalo